IZINDLELA zokuzicijela imidlalo emikhulu sezithuthuke kakhulu ebholeni lesimanje kodwa kukhona imikhuba engashintshi ebholeni lakuleli endaba yayo ikhulunyelwa emakhosombeni. Njengoba izinkulungwane ...
Le filimu ikhiqizwe inkampani ekhiqiza izinhlelo ezahlukene iRose & Oaks okungeyomsakazi ohamba phambili kuleli futhi ubuye abe ngomunye wophrojusa bayo u-Anele Mdoda. U-Anele Mdoda, umethuli ...
ISILO uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini sisukumela eyokuvalwa kweThala. IMbube isihlanganise ithimba labaNtwana baseNdlunkulu namakhosi elizokweseka imizamo kahulumeni waKwaZulu-Natal yokuvimba ...
OWAYEDLALELA iqembu lesizwe lekhilikithi, amaProteas, uMonde Zondeki, ubona ukukhuphuka kwezinga lomqhudelwano we-T20 wakuleli, iBetway SA20, kunomthelela omuhle ekuthuthukiseni abadlali. Lo ...
USINGABABA (40) ugwetshwe udilikajele ngokudlwengula indodakazi (angayizali) eneminyaka engu-16 ubudala wayithelela ngesandulela-ngculaza. Kuvele enkantolo ngesikhathi kuqhubeka icala ukuthi umgilwa ...
KUFANELE ukuthi kuthe sekuyosongwa unyaka ishampeni ibisivele ihleli emaqhweni kwaSuzuki Auto South Africa ngoba babe no-2024 omuhle ekudayiseni izimoto zabo. Ngaphandle kokuthi bake bagudluza ...
KUBIKWA ukuthi kuphangalale abane ngesikhathi kuginqika iveni Ogunjini. Kuthiwa kubhubhe abantu abane kwalimala kabi abanye ngesikhathi iveni yohlobo lweNissan ebilayishe abantu abangu-15 iphaphalaza ...
BAFUNA kubuye isasasa elaliba khona kudala uma kuzobhekana izingqungqulu zaseSoweto i-Kaizer Chiefs ne-Orlando Pirates abalingisi baKwaZulu-Natal, uThembinkosi Mthembu noWiseman Mncube, kusasa ...
INKANTOLO ibigcwele phama. Emagcekeni eNkantolo yeMantshi yaseThekwini bekuphithizela abalandeli be-MK Party, beviliyela sakuqholosha. Nemibala yaleli qembu elinonyaka bekuyiyo egqamile ngaphakathi ...
Ekuqaleni kwaleli sonto kuqubuke umsindo, abantu bekhwela bedilika kuleli bandla belisola ngokuhlukumeza izingane. Abanye baze balibeka ngembaba elokuthi ngabazali balezi zingane baganisa amadodakazi ...
NGIFUNA ukukhuluma ngolimi lwesimanje oluzoyiqeda nya indaba yokusebenzisa ongwaqa nonkamisa nxashana siloba kwezokuxhumana. Lapha ngikhuluma ngalo chithi saka obizwa ngama-emoji. Kwabangawazi ...
KUSEBENZE iphenathi emzuzwini wokugcina i-Orlando Pirates iguqisa iKaizer Chiefs ngo 1-0 emdlalweni weBetway Premiership obuseFNB Stadium, eGoli, ngoMgqibelo ntambama. Le phenathi ivalelwe phakathi ...