IQEMBU i-Economic Freedom Party (EFF), belinhlangene eBela Bela, esifundazweni iLimpopo ngoLwesihlanu licaba indlela ...
Kuzohlonishwa amasosha akuleli awu-13 abulawe eDemocratic Republic of Congo, kuyona yonke imidlalo engaphansi kwePremier Soccer League (PSL) kule mpelasonto.
UMSAKAZO ongaphansi kwe-SABC iMetro FM umemezele ukuthi ubuyela eMbombela eMpumalanga nakulo nyaka umcimbi wawo wokuklomelisa ...
UBEFUNELWA uxhaxha lwamacala abucayi owesilisa oneminyaka ewu-22 osale enkundleni ngesikhathi itholene phezulu ngezulu ...
ISIKHULU esiphezulu se-Eskom uMnu Dan Marokane sixwayisa izakhamizi zase-Ningizimu Afrika ngamathuba okubuya kwe-loadshedding kule mpelasonto ngenxa ...
UHLAKA olubhekelela ukuqapha imingcele eNingizimu Afrika iBorder Management Authority (BMA) iveze ukuthi ibophe abantu abawu-58 000 ngesikhathi samaholidi ...
ISHAYE indesheni kubaholi bomdabu nezinhlaka zezokuphepha ukuba zibambe iqhaza ekufukulweni kwemfundo ezindaweni zasemakhaya ...
INKANTOLO yaseMangaung, eFree State, imgixabeze ngesigwebo sokudilikelwa yijele owesilisa (40) olahlwe yicala lokububeza ngokocansi indodakazi (16) angayizali, wayithelela ngegciwane ...
UGWETSHWE ukuchitha impilo yakhe yonke ejele newu-30 ngaphezulu ebhadla ejele owesilisa olahlwe ngamacala amabili okubulala izintombi zakhe.
ADEDELWE ngebheyili yiNkantolo yeMantshi yase-Richards’ Bay amalungu amahlanu e-EFF okubalwa kuwo nosihlalo waleli qembu ...
Natal, uNksz Nomagugu Simelane ubonge izisebenzi zezempilo ngokubekezela nakuba kukhona izinselelo kulo mnyango, uthe konke ...
KULINDELEKE ukuthi liqhubeka nokuveza izigameko ezishaqisayo abantu abadlule kuzona uhlelo lukamabonakude okubhekwe ukuthi ...